Ngesayensi

Igama lesayensi lukaDakwa ngu-Dioscorea dregeana, elaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"wild yam". Lesi isithombo esigandayayo (creeper) esihlala iminyaka eminingi, esingowomndeni wezitshalo i-Dioscoreaceae, esivela ezingxenyeni zasempumalanga yeNingizimu Afrika. Sisetshenziswa kabanzi njengomuthi wesintu.

Udakwa, intana ebomvu, Dakwa wenzani

Udakwa, intana ebomvu, Dakwa Uyangena emithini emayelana namadlozi. Uyangena emithini yokuxosha isilwane. Uyangena emithini yokubulala imithi, iyangena emithini yokuchela, uyangena emithini yokugada impahla Kanye nekhaya. Udakwa uyangena kumuthi wokucupha izithandani, abathandanayo bathi bengena embhedeni balale or bazunywe ubuthongo obude. Uyangena emithini yokubuyisa umqondo kubantu abahanjelwa umqondo.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

?
 



Video efundisa ngemithi yonke